Ngiyayithanda lencwadi ngoba imnandi futhi inezindawo ezisabisayo. UNom uyintombazane enesibindi – Gugulethu Machin, umfundi osemusha
AMANDLA OMMESE
Amandla Ommese yincwadi yokuqala kulolu uchungechunge lwezincwadi ezintathu ezikhuluma ngaBazingeli Bezithunzi. Iyindaba emnandi, esanganekwane, yalapha eAfrica ̶ iphethe ukuba indaba ekhuluma ngomndeni, futhi ikhuluma ngohambo lweqhawe.
Konke uNom noZithembe abakwaziyo ngezimpilo zabo kuguquka isigubhukane ngesikhathi iButho Lezithunzi libeka izimpilo zabantu abasondelene nabo engozini. Lokhu kuguquka kwezimpilo zabo kungukuqala kwendlela ebafaka emhlabeni wamaphupho, izimpilo zabo ngeke ziphinde zifane emuva kwalokho.